Thandazani – Sasibaningi

uThandazani Emmanuel Mncube umculi waseNkandla ozinze egoli unemnyaka efikile endimeni usebenze noGatsheni ngonyaka odlule.  Abathandi bomculo kamaskandi abaningi bathanda ingoma yakhe eneshloko “Amabhinca”, yenze kahle kakhulu ezitolo zomculo leyongoma.

Kulonyaka ubuye neAlbum enengoma eziwu10, kunesasa ingoma yakhe “Sasibaningi” isihlale isonto lonke kumaTrending Songs kunombolo 2 iqhudelana nengoma ezinedumela ezabaculi baphesheya oDrake, iyona ewunombolo 1. Ingoma kaDrake bese kulandela ekaThandazani, zimbili ingoma zikaThandazani kumaTrending songs, kukhona enye eneshloko “Ngicela ukuhlakanipha”. Wenza kahle kakhulu uThandazani ezitolo zomculo.

Thumela le-athikili uWhatsapp

Leave a Comment