Izingane ZoMama

Noma umculo kaMaskandi kungumculo okuvelele kakhulu kuwona abantu besilisa kodwa inkulu indima edlalwa nayimbokodo kule ndima yalomculo. Maningi ke amaqembu aloluhlobo lomculo la othola khona ukuthi kuhamba phambili abesimame lapho singabala Izingane Zoma, Imithente, Buselaphi Gxowa, Izintombi zikaMjaphani njalonjalo. Lapha ke sibhunga ngeqembu elidume umhlaba wonke eliholwa yimbokodo elibizwa ngokuthi Izingane Zomama. Iqembu Izingane Zoma … Read more